isishimane.blogspot.com
ISISHIMANE - ngondla isizwe ngamazwi: UMbali intombi yami
http://isishimane.blogspot.com/2010/03/umbali-intombi-yami.html
ISISHIMANE - ngondla isizwe ngamazwi. Hheshe mbhemu umthetho wakho uqhuba intwala. Sengikubone izikhathi eziningi uhamba oMbali. Ngibuziswa ukuthi umfonela noma nginaye amaSMS. Isithalavane uma usuphelelwe amatalking points. Ngiyakubona ucabanga ukuthi ngiyivaka mina,. Ohlukane noMbali kungenjalo kukhona okusina. Ongibuza kuMjay ngamfaka isibhakela kanye. Waphindisela ngempama wathi esethi uyangiphinda. Eeeeh mfethu . icherry yami le. Usungaze usukele lenngane enhle kanje awuboni. Wowu ohho mayi Goshi".
isishimane.blogspot.com
ISISHIMANE - ngondla isizwe ngamazwi: INCWADI KAMTAKWETHU UNOBUKHAZIKHAZI
http://isishimane.blogspot.com/2009/06/incwadi-kamtakwethu-unobukhazikhazi.html
ISISHIMANE - ngondla isizwe ngamazwi. Bukhazikhazi obukhazimula ngikhangeke ngithe. Angithathe uthi lwami ngiklwiklwize kulesi. Sigqejana sephepha ngidilize izindonga. Nezindinduma zenkumbulo ephuphuma enhliziyweni. Ngithe angiklwebhe ngidicilele uketshezi la. Inki kwelimhlophe ngicikicele othandiweyo. Usweaty my dululu wami. Ngithi angikwazise ngenkumbulo esingidle yaze. Yakhumbula ukuthi uma ingiqeda wena wobuye. Nomzwangedwa awusezwa wodwa ngoba sekuze. Kwananela ngisho izintaba namaguma ngoba. Eqhiki...
isishimane.blogspot.com
ISISHIMANE - ngondla isizwe ngamazwi: DUDUZILE MY FOHLOZA NGIZOKUBAMBA
http://isishimane.blogspot.com/2009/04/dudyzile-my-fohloza-ngizokubamba.html
ISISHIMANE - ngondla isizwe ngamazwi. DUDUZILE MY FOHLOZA NGIZOKUBAMBA. Ngikhiph’unyawo ngidle uqhafaskontshi. Nodelela for sure lezi ezikanokusho ake. Ngisho please call ngiyakuthanda- iZunglish. Sisi bengithi ngicela ufonele ungiyakuthanda. Yabonake manje sengizulelwa ikhanda. Njengomfundi wakwa engeeneering ehluleka. Ngizwile ukuthi nibuyelene nale ex yakho. Nkosazane i-ex ilokhu osekudlulile ungadlali. Laba abalokhu bethi amanzi aphinde ame lapho. Ake ama khona; amanga ayiqiniso lawo. Uma ungase ungi...
isishimane.blogspot.com
ISISHIMANE - ngondla isizwe ngamazwi: Ngintombi kamalume
http://isishimane.blogspot.com/2009/10/ngintombi-kamalume.html
ISISHIMANE - ngondla isizwe ngamazwi. Ngizalwe ngakhula umama eyisigqila sendoda emhlophe. Ukudilika kwamaconsi amanzi emkhathini bekukhomba. Ukubhamuka kwenhlamvu yelanga emkhathini bekukhomba. Ngoba mihla namalanga bekumele awulime umhlabathi,. Ngoba mihla namalanga bekumele ewuhlahlile umoba. Uma ngihlafunile ngagwinya mina yena ngokomphefumulo. Uma ngidlile noma yena engasadlanga udlile. Uma engidlalisile ngamamatheka nenhliziyo yakhe. Kepha ngike ngacikica amehlo ekuwavuleni kwami. Bebe bebusy bemuc...
isishimane.blogspot.com
ISISHIMANE - ngondla isizwe ngamazwi: Kokuqoqa ukuhlwa (Umvundla zowunqanda phambili)
http://isishimane.blogspot.com/2010/01/kokuqoqa-ukuhlwa-umvundla-zowunqanda.html
ISISHIMANE - ngondla isizwe ngamazwi. Kokuqoqa ukuhlwa (Umvundla zowunqanda phambili). Uyazazi izinhlupheko nezinsizi eziphehla usizi zalaph'ekhaya. Uyazazi izindonga ezidilikayo nophahla oluvuzayo lalaph'ekhaya. Uyayazi indlala yokukhuma uphuthu namanzi njengesidlo. Sasekuseni isemini nakusihlwa laph'ekhaya. Ukuphuma kwelanga phakathi kwami noyihlo akekho ovuka. Aye emsebenzini ngakhoke alukho ushintsho olulethwa. Ngawe sinoyihlo siklebhuke amaphakethe ukuze sithumele. Mfanawami usufana nempethu enxebeni.
isishimane.blogspot.com
ISISHIMANE - ngondla isizwe ngamazwi: Ngilambile
http://isishimane.blogspot.com/2009/04/ngilambile.html
ISISHIMANE - ngondla isizwe ngamazwi. Yabona mina ngimina, mina ngimina. Angiphili njengawe ngoba wena uwena. Mina ngiphila ngokucela kwabanakho. Nina aningiboni mina ngifana nani ngoba. Njalo nina uma ngicela nina nithi mina. Ngiyisicefe abanye benu bangikhwifa. Ngamathe uma bengibona bathi ngiyanyanyisa. Abadala uma behamba nabancane abancane. Bangikhomba ngeminwe bangibuke banyanye. Bathi mina nguhlanya angisile. Abadala ababakhuzi laba abancane,. Abadala bavumelana nabancane bathi. Esikhundleni sokut...
isishimane.blogspot.com
ISISHIMANE - ngondla isizwe ngamazwi: Mhla ngifa, mhla ngilalayo
http://isishimane.blogspot.com/2009/08/mhla-ngifa-mhla-ngilalayo.html
ISISHIMANE - ngondla isizwe ngamazwi. Mhla ngifa, mhla ngilalayo. Umzuzu, usuku nehora angikwazi. Mhla umphefumulo wami ugqashula. Ubudlelwano bawo nomzimba kwabanye. Koqhilika izidlathi kwabanye kungenise. Ongasekho kumbe ukukhohlisa abakhona. Mhla ngifa mhla ngilalayo. Phezu kwesidumbu sami angidinge fakazi. Fakazi fakaza amazwi ayikho ngalokho. Ebengiyikho ungaze ungivimbele indlela. Okubi kuhlale kungokubi kugqitshwe nami. Okuhle kusalele abanodosi lokuncela. Emthonjeni woju lokuphila kwami. Ukuthi k...
isishimane.blogspot.com
ISISHIMANE - ngondla isizwe ngamazwi: NGEKE UKUTHOLE UKUPHILA
http://isishimane.blogspot.com/2009/05/ngeke-ukuthole-ukuphila.html
ISISHIMANE - ngondla isizwe ngamazwi. Mina ngudadewenu ungumfowethu wena. Mina nawe siyimikhiqizo yemizimba. Mina nawe savundla esiswini soyedwa. Mina, mina ngudadewenu wena. Kodwa wena ngomzuzu owavukelwa ngawo. Izinkanuko kwasuka engqondweni yakho. Wena ngomzuzu owavukelwa ngawo. Nemizwa yobunyala wabona ukuthi. Ngendluzula ummese entanyeni,. Isibhakela ebusweni, iminwe ephentini. Umphambili esithweni kimi ngasese. Mhla mhla izinkanuko zigculisa. Omunye komunye zinamathisela amanxeba. Ngincamela ukufa;...
isishimane.blogspot.com
ISISHIMANE - ngondla isizwe ngamazwi: Wena umdala kunawe
http://isishimane.blogspot.com/2009/08/wena-umdala-kunawe.html
ISISHIMANE - ngondla isizwe ngamazwi. Kusukela phansi engqakaleni kuze kuyoshaya. Okhakhayini siyakwazi uyazazi useyingane wena. Abazali abakuzalayo bayakwazi usemncane wena. Uyihlo nonyoko wena bakubiza ngengane wena. Kepha ngezenzo nokucabanga kwakho umdala wena. Siyakwazi useyingane wena kodwa wena umdala. Wena ezakho izindebe kudala zizihlanganisa. Uma kuthiwa umzimba uyawohloka njengesihlahla. Esishaywe izulu lo wakho angabe usubolile. Ngoba lo mzimba uyabazi abaningi uyakwazi;. Kodwa wena unesibind...